-
Ukuphana Okukhiphayo
Awunankinga uma ngizokubuza umbuzo ohlaba ngqo? Uphana kangakanani kwabanye abantu ? Uma ubona umuntu eswele ,yimuphi umuzwa wokuqala oba nawo ngabo ? Ukuphana kuza ...
-
Isijeziso Osikhiphayo
Ubhekana kanjani nabantu abenza izinto ezi wrong? Ubhekana kanjani nalabo abakulimazile ,abangakuthandi ,abakucwasayo ndlela thizeni ? Wenzenjani ingempela ? Imvamisa iba ...
-
Umuntu Onobubele Ukwedlula Bonke Endlini
Abantu abahlukene ba-smart ngezindlela ezehlukene .Ungaba ngonesipho esikhulu ngendlela ethile sikhathi sinye omunye uphiwe kakhulu kokunye .Yileyo ndlela okumele kube yiyo. ...
-
Ungamangali
Kunokungakholakali kwesiphetho ngokufa .Sekunqamuka ukuphefumula ,kume ukushaya kwenhliziyo yakho ,igazi lime ukuphampa ,ingqondo yakho ife futhi kusuka ngaleso sikhathi uqale ...
-
Ukungangabazeki Kwensindiso
Abantu abaningi abahle banendlela abanayo yokuphila okuphakade ,edidekile .Abanye bathi , angiyena umuntu omubi kangako.ngizoba right Bese abanye abathi,ngakube ngiyophetha ...
-
Amandla Empilo
Akukho ukungabaza ukuthi uJesu wenza izimangaliso ezimangazanayo impela .Wenza olunyonga ahambe ,ongaboni abone ,uLazaru avuke ethuneni .Kodwa lalithini iphuzu ngakho konke lokho ...
-
Ungenza Kanjani Ukungehluleki
Sewake wathatha igxathi ukwenzela uNkulunkulu utho oluthile ngokholo ,unesibindi nokushisekela ,kodwa ugcine uthe vuh phansi ngobuso? Nami kwake kwangenza .Bese simangale ukuthi ...
-
Izingozi Zenkolo
Kuyaphawuleka kakhulu ukuthi kulula kanjani ukuthatha izibele nomusa kaNkulunkulu – umuhle unjalo –qede sikuphendule uhla lwemithetho .Utholani mawenza lokho? Inkolo . ...
-
Mhla Unecala Lokulimaza
Emazweni amaningi imvamisa ukuphepha nezempilo ezinhle emsebenzini kuyaziswa kakhulu ,kuyinto enkulu . Futhi kuyinto enhle kakhulu lokho ngoba ezindaweni lakhona kungaziswa ...
-
Hloboluni Lukamakhelwane Oyilo?
Omakhelwane banendlela yabo echazanayo yokuchukuluzana .Kungabangwa izinja ,imfuyo ngisho amakati ,umsindo we radio ,zihlahla nemincele njalonjalo ,umakhelwane angaba yinselelo ...
-
Isikhathi SikaNkulunkulu Sishay Khona
Ngizokwethembeka kuwe .Angihlali ngezikhathi zonke ngithokoziswa yisikhathi sikaNkulunkulu .Kube nezikhathi eziningi lakhona ubuhlungu buthathe isikhathi eside kakhulu Futhi ...
-
Iskemu Esikhulu Kunazo Zonke Emhlabeni
Enye yamadoda ebizwa ngo Bernie Madoff, eyabe ingusihlalo we- Nasdaq stock exchange, inesikhundla esedlula bonke ekuxhoheni abantu nge –skem semali .Lendoda yantshonstha imali ...
-
Amandla Othando Asobala
Njengoba kukuningi kangaka okuqhubekayo okubi .Umuntu uzibuza ukuthi ekaze liyini ikhambi ? Yini engenza ukuba kume .Siyini isisombululo? Amadoda aba nomakhwapheni ,namakhosikazi ...
-
Ngakube Usazama Ukuhlabekisa ?
Noma singacabanga ukuthi sesibe ngabathobekile kangakanani ,kuhlale kunesilingo esinyonyobayo ,sisitshela ukuthu besizoba bahle kanjani uma besihlabekise sachazana kwabanye ...
-
Impakamo YobuSathane
Sewake wabhekana nokuphonselwa ngusathane isilingo esikutshela ukuthi uzoba ngophumelela kanjani ,ukuthi abanye abantu bazohlabeka umxhwele kangakanani ngawe ? Awuwedwa kulokho ! ...
-
Impakamo Iyadilizana
Manje ungasho ukuthi ukuthokozela kangakanani ukuphila kumbe ukusebenza nomuntu ophakeme ,kumbe nebala ukuzungezwa yiningi labantu abanjalo ? Akuwona umdlalo ,ngakube yiwo? ...
-
Amandla Ombuzo
Mangase kuthiwe impilo ibisobala icacile ,kodwa angithi vele isobala icacile angithi .Ingamavununundu ayiqondakali .Imizwa yenhliziyo yabantu ibanhle ibuye ixoveke.Sivamisa ...
-
Ngakube uNkulunkulu Usasijezisa ?
Ngakho angikubuze ,ngakube uNkulunkulu usabajezisa abantwana bakhe? Ngesikhathi wenza okuwrong futhi wazi ukuthi kuwrong,ngakube uvese aphume esigodlweni sakhe abhonge ...
-
Labo Abahambe Phambi Kwethu
Kulomhlaba osheshayo lakhona onga-order ukudla ngesmartphone ,bese thushu nakhu kulethwa kuwe kungakapheli ngisho u 30 minutes , kubukeka kungavamisi ukuzipha isikhathi ...
-
Ukukhanya Okukhanya Enhliziyweni Yakho
Uyazi makusuke kunento esikukhathaze iminyaka .Uthole ukuthi awucacelwe kodwa khona uyezwa kunento ekukhathazile . Bese kuthi esikhaleni ungalindele kuvele qhah kube sengathi ...
-
Sewusiqaqile Isipho ?
Ake ucabange nje ukuthi ngalolosuku olukhethekile lokuzalwa , lolosuku kanye esisuke iminyaka yakho isiphetha ngo zero ekugcineni .Nakhu ususithola lesisipho esigoqwe kahle ...
-
Kunamandla Akulesosethembiso
Nhlosoni uNkulunkulu ayihlele phambi kwakho kusuka namhlanje kuya osukwini oyophefumula okokugcina kwelakwamhlaba? Kungani esakubekile la,esikhundleni sokukuthatha akusondeze kuye ...
-
Khumbula Isethembiso
Back in the days of old, the only sort of boats that existed were sailboats. Intrepid sailors criss-crossed the globe, crossing great oceans to discover new worlds, powered by one ...
-
Wakwenzela Wena
Nakhu le esesifikile khona .Osukwini esilubiza ngo “Good Friday”, sikhumbula okubuhlungu okuyisihluku okwenzeka ,okungacabangeki ukuze kuthi ngakho qede kithi kwenzeke ...
-
Isethembiso Esikhulu
UJesu wenza futhi washo izinto ezabe ‘ziseceleni kabi’ ezazingalindelekile . Ngesikhathi uqhubeka ufunda ngolandiso lwevangeli lakhe awuphezi ukumangala . Kulezinsuku ...
-
Kodwa Wase …Ukhubeka
In just a couple of days we’ll be commemorating that terrible day, “Good Friday”, when Jesus was nailed to that Cross for all to see. How could that possibly have been ...
-
Phezu Kokusopha Kwakho Okuhle
Kungenye into ukuba nokusopha okuhle kungokunye ngokuhlukile futhi ukukuphila .Akekho noyedwa umuntu ophilayo ongakaze aqale impilo yakhe esophe izinto ezinhle ,kuphela wase ...
-
Umuzwa Wecala Onganyakaziseki
There are many obvious things about each one of us that are there naturally because they’re encoded in our DNA; handed down from generation to generation. But there’s another ...
-
Incazo Ngqo Yokwahluleka
Ngakube usuke usebenze kanzima ,udele okuthile ukuze uzuze okuthile ,kodwa okuthi masufike kukho nakhu usuthola ukuthi kuyagengqeza obukushikashikela ,lempumelelo asiyekhona ...
-
Uhlelo Lwakusasa
Kuyahlekisana ukuthi nakuba sazi ukuthi kunosuku oluzayo sizodlula ngalo siye kwelizayo ,kodwa inkinga usuku nosuku siphila sengathi sizophila kulomhlaba ingunaphakade naphakade ...
-
Okungasizi Ngalutho Sanhlobo
Ihuho lokuthi imali ingathenga yonke into libukeka likhula usuku nosuku .Umnotho wethu uya ngokuya wakheka ngokusihlukanisa nemali yethu esiyisebenze kanzima . Ama-Smartphones, ...
-
Izinto UJesu Angazange Alokothe Azisho
Inkulumo eqhubekayo ,umhlaba ofuna ukuyifaka emakhanda ethu ,hle hle ihamba kanje : phila impilo emnandi ube ngojabulile .Kuba kuhle kuze kube sekusesigabeni esithile ,kunobungozi ...
-
Ukubuka Ukholo Lwakho
Ukholo lwami nolwakho aluphili ngokuzimela ezimzweni ;emphakathini;ezintweni ezisikakile ezenzekayo.Kuqhele ngamalengiso kulokho . Ukholo lwethu lumelwe ukuba ngolwempilo ...
-
Ukuneliseka Komphefumulo Wakho
Ukwaneliseka ,ukupheleliseka ,ukugcwaliseka . Lawomagama omathathu akhuluma ngomuzwa wolangazelelo lokupheleliseka empilweni sonke esikulangazelelayo … nokho okuyimpilo abaningi ...
-
Lindela Izinto Ezinkulu
Ngiyazibuza engabe uma sithandaza asiyi yini kuNkulunkulu ngokulindela okuncane .Ngakube uyangizwa kwakhona kodwa ? Ukhathazekile kwakhona kodwa ? Ukhona kwakhona kodwa? ...
-
Ungasifihli Isiphambano
Isizathu ngenza lokhu engikwenzayo ,ngivuka njalo ekuseni ngikwenze ,yingoba nginentshisekelo engacimi yokufuna ukutshela abantu abaningi kakhulu ngoJesu Khrestu.Kuyadumaza nokho ...
-
Uthando Alusoze Lwaphela
Mina nawe sinomumatho ongachazekiyo wokuqukaquka izinto ezisindayo kodwa ezingeke zasisiza ekuhambeni kwesikhathi .Manje uma zingeke zasisiza ekuhambeni kwesikhathi kumele uzibuze ...
-
UMusa Omangazayo Ngokukhulu
Umusa yinto enganakekile kulezinsuku eyinqabakutholwa. I-system yomhlaba ilindele ukuthi ugobele kulokhu okuthiwa kwenze ukwenze ngendlela yayo. Ikulindele ukuthi udlale indima ...
-
Mlindele ,Mhlalele
Kwakuvama ukuba nesisho emasosheni . “Shesha bese uyalinda .” Kubukeka kungukuthi kwakuhlalwe kuqonde ukuthi abaphuthume babe sesikhathini kuleyondawo ,kodwa usheshela ukuyoma ...
-
Ungaba Namandli Kanjani
Kuyimpambankwici ukuthi siyawadinga amandla ,esikhathini lakhona sisebuthakathakeni obukhulu . Kuba lakhona amandla ethu siwezwa esibalekele la esizithola khona sidinga kakhulu ...
-
Iikhali SeNkosi
Isandla sikaNkulunkulu esophulayo yisihloko esiqhubeka ngokunamandla kwi Thestamente Elidala nelisha .Futhi zindaba ezinhle lezo .Eziduduzayo ukuthi nebala lapho sisengxakini ...
-
Yeka Umdlalo Wokuba Ngumduduli
Sonke siseyizingane sawudlala umdlalo kamadudula ,sidudula abazali bethu sibaqondise ekhoneni sifuna lokhu nalokhu ngendlela yethu ,sifuna ukubona ukuthi bangaduduleleka baze ...
-
Ungamvuleli uSathane Imbobo
Angazi noma sewuke waqaphela . Kodwa kuningi la emnyango okwanele ukusigcina sithukuthele usuku nosuku.Abantu ,ipolitiki,yizimo ,zindlela zokuziphatha ,uhla lude ungaqhubeka ubala ...
-
Uthando Luya …
Angikaze ngibe ngumuntu okitazwa ngama idea a-crazy “Kungani usho into ngamagama angu 4 uma ubungawasho ngawu 40?” Ulimi olunokondisiwe kusenokwenzeka lubahlabe ...
-
Shesha Uhlakaniphe
Usazikhumbula usemncane usenobuwula ? Mina ngizikhumbula kahle kamhlophe ! Mangase kuthiwe nje besingabuyiselwa isikhathi emumva qede sigxumeke ikhanda lomuntu omdala phezu ...
-
Ukuphindisela Okwedlula Konke
Ngesikhathi kunomuntu osekucasule kwavevezela izindebe zomlomo ,kwashaya inhliziyo mawala, kwamnyama amehlo ,yini into elandelayo ekufikelayo ngalomuntu okwenze bukwayo ? ...
-
Imisebenzi Emikhulu Kankulunkulu
Suwake walangazelela ukufinyelela ukwenza okukhulu ukwenzela uNkulunkulu? Sewake waphupha uNkulunkulu esebenza ngawe ngokunamandla ezimpilweni zabanye abantu ? Kwabaningi kuhlala ...
-
Awucabange Umhlaba Ongenalo Uthando
Ake sicabangisane nje ukuthi umhlaba ungaba ngonjani uthando lungekho .Ubungaba mubi kakhulu .Kwabaningi nokho akuthathi sikhathi eside ukucabanga ngoba baphile emhlabeni ...
-
Yikuphi Okuhle ?
Kubukeka sengathi indlela kuphela yokuphila uqhelile ebubini obuthandwa yilomhlaba ,obuphethe wonke amakhona esijikela kuwo empilweni ,umqondo uthi kungaba ngukuzivalela wedwa ...
-
Hlukana Nobubi Bakho
Siphila emhlabeni lakhona kuqhathiniseka kube kubili ngokunamandla .Okumnyama okumhlophe .Okude okufishane .Ukuceba ubumpofu.Omusha omdala .Kodwa okusemqoka kunakho konke okunye ...
-
Uyokwazi Kanjani ?
Udinga ukuhlala ukhathazekile ngalabo abahlala bezitshela ukuthi banokukhanya okungcono kunabanye . Manje okuyinkinga ngukuthi nathi singaMaKhrestu sisho lokho kanye ;ukuthi ...
-
Ezintweni Ezinkulu
Uma izinhlupheko zikwehlela sewake wacabanga ukuthi ekaze uNkulunkulu uneqhaza elingakanani ukuzenza zikwehlele ? Ngakube le mhlampe imeqile wangayibona ,noma uvese ...
-
Esikhathini Lakhona Wazi
Have you ever wondered why God, in His wisdom, chooses to say the same thing in His Word over and over again? It’s a question I’ve asked myself often. Why would He do that? I ...
-
UJehova Uyakukuvikela
Mumva le umqondo wokuthi inkosi ibe yinceku ,kwakuyinto engakaze izwakale kwasemadala judeni . Lawomagama ayesebenza uma kukhulunywa ngenceku yenkosi . Manje ake sithathe ...
-
Ubuhlungu Bakho Buyophenduka Intokozo
UNkulunkulu unalento yokuthatha izinhlekelele zethu ezinkulu aziphendule ukunqoba okukhulu. Futhi ayikho inhlekelele enkulu kunokubuka umzimba kaJesu oligobolonde ...
-
Bakhethe Kahle Abangani Bakho
Ngixoxele obani abaluleki bakho abaseduze ? Uma ushadile ngicabanga uwakwakho ungowokuqala kulokho .Kodwa uthini ngabo bonke ophila nabo ? Futhi ngakube kufanele ukuba uphile nabo ...
-
Ungazithokozisi Wena
Kulezikhathi zokuba entitled ,uzwa abantu bedumisa amalungelo abo , lokho kulula nakithi futhi .Kodwa asingazitsheli ukuthi ndlela thizeni yinto entsha le . Mumva le ...
-
Izethembiso Zakhe Ziliqiniso
Umbuzo uthi ngakube uNkulunkulu engathenjwa ? Phela ekugcineni kwakho konke wenza inqwaba yezethembiso eZwini laKhe .Ezinye zazo zibukeka zididana uma ubuka ngeso ...
-
Ungakhathazeki
Njengamanje ,konke lokhu okwenzeka empilweni yakho ,sekumi kuyizolo .Ngeke usabuyela emumva kukho ,nakuba ungakuvumela kukuhluphe emoyeni .Njengokuba ngeshwa kwabanye kubanjalo ...
-
Bekezela Ezikhathini Zenhlupheko
Hlobo luni lwenhlupheko obhekene nalo njengamanje ? Yini le ekudlayo ,emunca wonnke ujuice wempilo kuwe ? Futhi ndlelani obhekana nakho ? Abanye abantu ...
-
Ungowasiphi Isizwe ?
Selokhu kwathi nhlo uluntu luzihlukanisa ngokwezizwe –ngokwendawo ngezigodi ,ngesiko,ngebala ngepolitiki ,ngisho nangenhlangano yebhola esiyisaphothayo .Noma ngabe ...
-
Inselelo Yokulawula
Indlela elula yokuthi izinto zibe yilokhu ofuna zibe khona ,noma ngabe lezozinto ziyini ,ngukuthi zibe ngaphansi kolawulo lwakho .Yebo yiyona mpendulo leyo .Ulawule yonke into ...
-
Izigaba Ezintathu Zempilo
Impicabadala yezinto eziphathekayo ngukuthi zingagcina kuyizo esezikuphethe .Izinto esizinikwe nguNkulunkulu ukuba zibe lusizo kithi futhi sizithokozele zingagcina ...
-
Hlela Kahle Okuseqhulwini
Kukangakanani ucabanga ngezinto eziseqhulwini kuwe ? Kukangakanani uzikala engqondweni nasenhliziyweni yakho qede uphume nesiphetho esisho ukuthi yiziphi ezisemqoka kakhulu ...
-
Ukulinda Ukuqhuma Kulunge Izinto
Ukulinda kuNkulunkulu ukuletha umehluko ngesimo esithile empilweni yakho .kulesosidingo sakho kungaba yinto esindayo ukukwenza .Futhi okuthi uma kuyisidingo sakho esikhulu ,kuba ...
-
Thokoza Ulile Futhi
Nantu ucwaningo olwethusayo .Sisebenzisa iminyaka ela ko 17 ubuso bethu bugqolozele iscreen se-phone ekuphileni kwethu.Lokho okuchaza amahora angu 145,800 kumbe asithi ...
-
Phuma Ezonweni Zakho Ezifihliweyo
Eminyakeni eminingi sibabonile abaholi abanohlonze eBandleni belimala .Ngale kongabazane ,ukuwa kwabo kunomnyombo wesono thizeni ebesezenzeka esithe ,sifihlakele .Kunesifundo ...
-
UJehova Ungophakade
Siphila usuku nosuku sibhekene nobutasa bansukuzonke . Angisho ukuthi yinto embi leyo kodwa impilo injalo nje .Kodwa nansi i-risk ukuthi singagcina sithe shi kulobobutasa ...
-
The Lord Gives You Power
Sewake waqaphela ukuthi abanye abantu banamandla okuphikelela ngisho bebhekene nezivunguvungu empilweni kodwa uthole ukuthi abanye zibenza babe mavikithi bengasazi bagalele ...
-
UJehova Ukunika Amandla
Ezikahthini lakhona izinto zimelene nathi kuqhamuka ukuvivinywa nezingxaki zonke zokuphila ,esisuke sikudinga ngamandla ,nejubane ukukwazi ukuthubeleza size siphumele ...
-
Phila Ukholo Olunganyakiziyo
Mangase kuthiwe nje impilo ibinguswidi imnandi konke kungubuthebelele.Mangase kuthiwe nje izinto zizohamba ngohlelo lwethu ukuze sibe nempilo ,sicebe ,sikhaliphe .Mangase kuthiwe ...
-
Kutholakala Kuphi Ukuphumula
Uma ngisho leligama ‘ukuphumula’ yini egcwala ekhanda lakho ? Ukuzibona uhleli ogwini lolwandle endaweni ethile uphephethwa ngumoya omnandi wolwandle kumbe uzihlalele ...
-
Ungakuhlela Ukuphumula?
Kuhlale kuyinto eyimpambankiwinci nesambuzo odidanayo engqondweni ,ukuthi ngisho ukwazile ukuthola ukuphumula okuningi –ukulala okwanele ,ukuma kancane emisebenzini oyenzayo ...
-
Faka Ukulangazelela Okuhle Esikhundleni Sokwesaba Ongakwazi
Ngivumele namhlanje ngihambe nawe izwi nezwi ngomuzwa wokwesaba okungakwehlela kusasa ongakwazi . Kukubuyisela endaweni obile kuyona phambilini ,ukwesaba nokuzinyeza ...
-
Ungabi Namahloni Ukwehluleka
Ukwehluleka akuyona into esithandayo ukuxoxa ngayo ngoba sivese sizibone siyizintuthwane namaqhwagi kulokhu kuphila okudumisa impumelelo zikhathi zonke . Angingabazi ubile ...
-
Amandla Akho Ukunqoba Ukwesaba
Ukholo ,yebo ukholo lweqiniso kuJesu luyinto enhle .Enhle kakhulu.Ngakho kusokholweni kanye la okwazi ukusebenzisa izipho zokomoya oziphiwe nguNkulunkulu ngezinhloso ezinhle ...
-
Luphile Ukholo Lwakho
Nanku umbuzo onzima. Uma ungumuntu okholwa kuJesu,wazi kanjani ukuthi ukholo lwakho luyilo ngokwempela ? Ngoba kunalezozinsuku ukholo oluye luzwakala lubuthaka ,angithi? ...
-
Malube Yiqiniso Ukholo Lwakho
Ukukholwa yinto engaphandle kwethu ,kubukeka kuyinto yemvelo yoluntu .Sonke ngamunye ezigabeni ngazinye ,sonke sihlala sibheka lento esingakholelwa yiyo ,sibe no’kholo’ kuyo ...
-
Ungabi NguMlingi
Kunamanga usathane athanda ukuwafafaza ukuthi izono ezincane azisho luthi .Athi qhubeka uzenze akekho ozozibona ! Phela yisono esincane nje lesi .Athi phela yisono ngegama asikho ...
-
Uzolingwa
Ukulingwa akusona isihloko esithandayo ukuzwa ngaso ,ngoba sigcwele ukusaba ngaso ngoba singathi ngqo . Kungani nginalemicabango emibi ? Ngasiphi isizathu ukuba lemicabango ilokhu ...
-
Umqondo Wakho Wubhekise Ezintweni zika Nkulunkulu
Kunokungqubuzana okukhulu phakathi kwemicabango engikubhuluza nje kunye nezinto ngokobuqiniso bomqondo ngokwenzeka kwazo , ,lokhu okushayisana nokubuka izinto ngomqondo ...
-
Vumela UJesu Akuguqule
Angazi kunjani kuwe ,kodwa mina ngiye ngikuthole kunzima ukuguqula izinkambiso -mikhuba ezingezinhle ezisuke sezinamathele kimi isikhathi eside . Kahle hle uma sizothembeka ...
-
Bheka Phezulu Ubone
Ngakho awungixoxele yiziphi izinto okuthokozelayo ukuzenza ? Ochitha ngakho isizungu mawungenzi lutho kodwa okuyizinto ezikujabulisayo ukuzenza ? Kuyakitazana ukucabanga ngazo ...
-
Themba kuJehova ngayo yonke inhliziyo yakho
Usuke waqaphela ukuthi ngesikhathi ungena esikhisini esidala ,khisi ungalindele ,nokuzama ukuguqula imoto ngokushesha ingangeni kuso ,i-steering sakho uyasizwa ukuthi ususikhipha ...
-
Vumela UNkulunkulu Aqinise Amasu Akho
Sonke sinawo amathemba namaphupho okubiza ukuba siwathuntuthe qede sibhekane namasha alonyaka . Sibe nomqondo othi hleze kulonyaka izinto zizothi ukwehluka ,zizoba ngcono ...
-
Yiba Nesibindi Nasezikhathini Ezingaqondakali
Noma ngabe yini esibhekana nayo empilweni ,enhle nembi .Konke okwenzeka ngaphandle kohlala njalo kusithinta ngokokuthi thina sesiyibuka kanjani impilo . Kuyisisho esicacile ukuthi ...
-
Bamba Lonyaka Ophambi Kwethu
Zithini izinhlelo zonyaka wakho omusha ? Ngakube zinhlelo ezinhle ezivusa ulangazelelo enhliziyweni yakho ? Kumbe kunongabazane oluhlezi phezu kwakho njengefu elimnyama ? ...
-
Ungayigibela Intaba Enkulu
Kunini lakhona wawubhekene nentaba eyayinde ngalendlela yokuthi kwakunzima ukuyiqwala ? Usakhumbula kwakuqeda amandla kanjani kunye nangendlela okwakubukeka kungenakwenzeka ngayo ...
-
Kunomjaho Esimelwe Ukuwumgijiho
Ngakho njengokuba usulungela ukungena onyakeni omusha ,ngingakubuza ukuthi ikephi intambo engumugqa la ozoqeda khona ? Kunini lakhona umgijimo wakho ozophelela khona ? Mhlawumbe ...
-
Kubeke Emumva Ukuzisola
Njengamanje iningi lethu lihlaziya letshisa unyaka lo ophethayo ukuthi ubunjani … Uhambe kanjani ? Ngakube ubungomubi noma omuhle ? Angibuze –uhambe kanjani ? ...
-
Futhi Ngakho Impilo Iyaqhubeka
Manje maduze lomgqumo kaKhisimusi uzodlula nalezinsuku zidlule ngokwe khalenda .Manje kuzobe sekwenzekani emva kwalokho ? Izimpilo zabaningi okubandakanya neyami zizobe ...
-
Impilo Endaweni Yakho
Emhlabeni wonke jikelele ,emadolobheni ,emalokishini ,emijondolo emakhaya impilo iyaqhubeka .Kungenzeka kube nento eyodwa eyenzekayo ephawuleka ngokukhethekile endaweni ...
-
Yayingekho Indawo KaJesu
Nakhu sesihambe safika futhi osukwini lukaKhisimusi ,ezinsukwini ezinde zikaKhisimusi . Ngakho yikuphi onakho ngalolosuku ? Wenzani ngalo ? Indaba kaKhisimusi iyindaba ...
-
Ngakube Ngiyadinga Ngempela Ukusindiswa ?
Ezinsukwini ezimbalwa sizobe sigubha uKhisimusi sikhumbula ukufika koMsindisi wethu emhlabeni . Kodwa lokho kuletha umbuzo abaningi abazibuza wona , ngakube ngiyadinga ukusindiswa ...
-
Hhayi Lokhu Ebengifuna ukukuzwa
Namhlanje ngithanda ukukucobelela indaba uJesu ayixoxa .Kodwa phambi kokuba singene kuyo ,khumbula lokhu : Uhlala njalo esitshela izinto esingafuni ukuzizwa .Uthando lwakhe ...
-
Ukulindela Okukhulu
Manje lobucwazicwazi bemihlobiso obubizwa ngesehlo esehla eminyakeni engu 2 000 eyadlula ,busiphatheleni kulesikhathi samanje esikuso ? Ezinsukwini ezimbalwa ubonile ukuthi ...
-
Isethembiso SikaKhisimusi
Ukuza kukaJesu kwakungesiyo into eyayinjengobucwazicwazi bukaKhisimusi esizobe ziwugubha ngesonto elizayo .Kwakuyinto eyimfihlakalo futhi eyenzeka emathunzini ekusithekeni ...
-
Ulindeleni ?
Unenkinga uma ngikubuza ngqo ukuthi kuqhubekani enhliziyweni yakho usabheke kuKhisimusi ? Ukuphi nesimo ? Ulindeleni? Yini othemba izokwenzeka? Kuyiwa kuKhisimusi ...
-
Akesizame Lokhu Okunye
Uqobo lukaNkulunkulu lokhu ayikho kusengadidwa kalula .Ngoba uNkulunkulu uzembula ngobuqu bobubili enguNkulunkulu wothando ,enguNkulunkulu wezahlulelo ;uNkulunkulu ...
-
Ukuloangazelela UNkulunkulu Kakhulu
Kunokucinga okujulile ezimpilweni zethu kokuthi ingani lempilo ingempela ,nokho iningi lethu alikaqondi namanje .Lokhu kucinga ngenhliziyo kugcwele nokuthi loKhisimusi ungani ...